piles

Umhlume kubantu besilisa umila endukwini ube amaqhubu amancane amaningi anyanyekayo abuhlungu kumele uye kudokotela ngokushesha. What causes umhlume? umhlume is caused by a herpes simplex virus (HSV), known as herpes , it does spread from one person to another via contact nokuzithokozisa ngocansi ngaphandle kwesivikeli, ingakho kubalulekile ukusebenzisa ijazi lomkhwenyana, there is no cure for umhlume, uwutholile uwutholile there is no way back. Amakhambi namaphilisi ayawuthiba umhlume qede ubuye emva kwesikhathi. Imbiza yomhlume ayiwuqedi egazini, iyawunciphisa, ukhumbule imithi esizulu ayizilaphi izifo zabelungu , hiv ayilapheki ngomuthi wesizulu, corona ayelapheki ngomuthi wesizulu kanjalo nomhlungu awelapheki. Umhlume owelaphekayo ngama piles, kodwa umhlume oyizinduna oba ngemuva ezinqeni cha awelapheki nawo, izinduna eziba endaweni yokubhosha engikhuluma ngazo ezenziya wi virus yama herpes. Ziningi izinhlobo zomhlume ezinye ziyelapheka, inkinga isizulu sibiza zonke izifo ezingaphansi ngomhlume, kuhle uma sixoxa ngomhlume sifake amagama esingisi ukuthi uphethwe ngama piles or HSV.

IMBIZA YOMHLUME siwelapha ngembiza - uphuma izilonda esithweni sangasese? - uphuma izinsumpa esithweni sangasese? - kuyaluma ngaphakathi emuva nangaphambili buka le video engezansi lapho sichaza khona ngomuthi womhlume.

Izincazelo zemithi

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?